Sjava - Inhlonipho | Free Audio Lyrics

Posted by badge Zonke Ndlovu

 Free Lyrics

Sjava Inhlonipho Lyrics

[Chorus: Sjava]

Ngikhumbula ngisemncane, mina ngiseyingane

Ugogo engiyala, ethi wemtanami

Inhlonipho nomthandazo kuyikona konke

Ngikhumbula ngisamncane, mina ngiseyingane

Ugogo engiyala, ethi wemtanami

Inhlonipho nomthandazo kuyikona konke

(Manje sengimdala ngiphila ngayo leyo myalo leyo)

[Post-Chorus: Sjava]

Inhlonipho

Iyok’vulela im’nyango em’ningi evalekile

Umthandazo, umkhuleko

K’thiw’ uyokukhanyisela makumnyam’ ulahlekile

[Verse 1: Sjava]

Khadja nin

Sambolera

We can’t stop the war

Singathandazanga

Siyarwebhana

As’hloniphani

KwaDlamini

Ngiyakhumbula

Ngingenandawo yokulala

Bathi kimi lasek’khaya, fudumala

(Babengeke bangisize kube ngangingahloniphi weh)

Ngabona lapho ukubaluleka kwenhlonipho

Nokuthi kuningi ongak’zuza ngenhlonipho

Ngisho kudala emandulo

Babeyibeka phambil’ inhlonipho

[Chorus: Sjava]

Ngikhumbula ngisemncane, mina ngiseyingane

Ugogo engiyala, ethi wemtanami

Inhlonipho nomthandazo kuyikona konke

Ngikhumbula ngisamncane, mina ngiseyingane

Ugogo engiyala, ethi wemtanami

Inhlonipho nomthandazo kuyikona konke

(Manje sengimdala ngiphila ngayo leyo myalo leyo)

[Post-Chorus: Sjava]

Inhlonipho

Iyok’vulela im’nyango em’ningi evalekile

Umthandazo, umkhuleko

K’thiw’ uyokukhanyisela makumnyam’ ulahlekile

[Verse 2: Umzulu Phaqa]

Umama wami mina wangifundisa

Ukuthi ukuguqa ngedolo, nokuzehlisa

Nokum’lalela mayengibonisa

Yiwona wodwa umuthi lowo olapha zonke izinkinga

Min’ umama wami

Wathi mntanami

Njengoba kubhaliwe encwadini kaExodus 20

Hlonipha uYihlo

Yazis’ unina

Ukuze izintsuku zakho zande ezweni

And noma ngabe yibo aba-wrong, funda ukuxolisa

Vum’ iphutha lakho mawubhedile, mus’ ukuphikisa

Look into the mirror and say Ït starts with me now

Fund’ ukuhlonipha

Comments